Ukulungiswa kwezinto Emfuleni Local Municipality ezivuzayo ...

2
WRP_ Projects_P0303_Graphics_ Zulu Brochure 3.cdr Last updated: 25 May 2012 ENDLINI YANGASESE Qiniseka ukuthi amawasher emathoyilethi akho ayasebenza Sebenzisa isighubhu sikaplastiki ukuze wonge amanzi uma ushaya ithoyilethi Hlala udamane ubheka ukuthi akukho okuvuzayo emathoyilethi. Ungafaka udhayi wokudla kwicistern yakho. Uma lodhayi uvela phakathi ethoyilethi lakho lesikhathi ulishaya, kusho ukuthi liyavuza. Gwema ukusebenzisa ithoyilethi njengomgqhomo lapho ugwayi namaphepha elahlwa khona. Loku kumosha amanzi. Kubalekele ukusebenzisa iphephandaba esikhundleni se phepha langasese ngoba loku kwenza ukuthi ithoyilethi lingashayeki kahle kuze kudingeke ukuthi lishaywe ngokuphindiwe. Loku kumosha amanzi. Masilungise izinto ezivuzayo ezindlini zethu. Ukubika amapayipi avuzayo: Emfuleni Local Municipality Call Center: (016) 986 8361/68/75 YONGA AMANZI UBUYISELE OKUHLE EMPHAKATHINI WAKHO ! UKUMOSHA AMANZI UKUMOSHA IMPILO. EMFULENI LOCAL MUNICIPALITY A Miya Group Company Produced by: in association with WRP (Pty) Ltd Tel: (012) 346-3496 Ukulungiswa kwezinto ezivuzayo emakhaya Ukulungiswa kwezinto ezivuzayo emakhaya

Transcript of Ukulungiswa kwezinto Emfuleni Local Municipality ezivuzayo ...

WRP_ Projects_P0303_Graphics_ Zulu Brochure 3.cdr Last updated: 25 May 2012

ENDLINI YANGASESE

Qiniseka ukuthi amawasher emathoyilethi

akho ayasebenza

Sebenzisa isighubhu sikaplastiki ukuze

wonge amanzi uma ushaya ithoyilethi

Hlala udamane ubheka ukuthi akukho

okuvuzayo emathoyilethi. Ungafaka udhayi

wokudla kwicistern yakho. Uma lodhayi uvela

phakathi ethoyilethi lakho lesikhathi ulishaya,

kusho ukuthi liyavuza.

Gwema ukusebenzi sa i thoyi leth i

njengomgqhomo lapho ugwayi namaphepha

elahlwa khona. Loku kumosha amanzi.

Kubalekele ukusebenzisa iphephandaba

esikhundleni se phepha langasese ngoba loku

kwenza ukuthi ithoyilethi lingashayeki kahle kuze

kudingeke ukuthi lishaywe ngokuphindiwe. Loku

kumosha amanzi.

Masilungise izinto ezivuzayo ezindlini

zethu.

Ukubika amapayipi avuzayo:

Emfuleni Local Municipality

Call Center: (016) 986 8361/68/75

YONGA AMANZI UBUYISELE OKUHLE

EMPHAKATHINI WAKHO!

UKUMOSHA AMANZI UKUMOSHA

IMPILO.

EMFULENILOCAL MUNICIPALITY

A MiyaGroup Company

Produced by:

in association with

WRP (Pty) LtdTel: (012) 346-3496

Ukulungiswa kwezinto

ezivuzayo emakhaya

Ukulungiswa kwezinto

ezivuzayo emakhaya

UKULUNGISWA KWEZINTO

EZIVUZAYO EMAKHAYA

Ukulungisa izinto ezivuzayo emakhaya

kungasiza ekunciphiseni ukumosheka

kwamanzi ukuze kube nesiqiniseko

sokuthi wonke umuntu lapha emzansi

Africa uyawathola. Kungebukeka

sengathi kusemqoka, kodwa uma

omunye nomunye enza okuncane ukuze

amanzi ongeke; loku kungahamba

indawo ende.

UKUSHINTSHWA KWE WASHER

YOMPOMPI

Vala amanzi kwi stop cock uqiniseke

ukuthi awekho amanzi aphumayo.

Susa i hot/cold indicator uma ikhona

Susa isicrew sangaphezulu (1, 2)

Susa ikhanda lompompi (3)

Susa ikhava yompompi uma i khona

Susa ispindle assembly (4)

Susa isicrew se washer (8)

Khipha iwasher endala ufake entsha (7)

Buyisela isicrew se washer (8)

Buyisela ikhanda lompomi kanye

nekhava (3, 2, 1)

Vula istop cock

Vula umpompi uqiniseke ukuthi

awusavuzi

Hot/Cold Indicator (1)

Screw (2)

Top of Tap (3)

Spindle assembly (4)

Fibre washer (5)

Jumper (6)Washer (7)Nut (8)