Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni … wase Ningizimu Afrika ukuba amalungu omphakathi azitike...

3
Fighting diseases, Fighting poverty, Giving hope MSELENI HOSPITAL, PO Sibhayi, 3967, Tel: +27 (0) 35 574 1004, Fax: +27 (0) 35 574 1559, E-mail: [email protected] Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni ubaqwaqwade emakhanda E mcimbini waminyaka yonke obizwa ngokuthiwa i Premier Service Excellence Awards oyaye ubizwe nguNdunankulu weSifundazwe saKwaZulu Natali lapho khona kuyaye kuklonyeliswe abasebenzi bakaHulumeni abasebenza ngokuzikhandla, Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni u Nkk Thandi Fakude, ongumphathi kwezobuhlengikazi udle umhlanganiso ngesikhathi uNdunankulu umhlonishwa uSenzo Mchunu emgixabeza ngendebe kanye nesitifiketi sokuba ngu mholi ovelele mhla ziyi 16 kuNtulikazi 2015 e International Convention Centre (ICC) enkabeni yedolobha laseThekwini. Phela uFakude uklonyeliswa nje emva kokuba wavakashelwa ngama jaji ayeqokwe khona belu ehhovisini lika Ndunankulu ukuba azomhlola abuye amvivinye ukuthi ngempela usifanele yini lesi coco sokuba Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni UNKK. C.T. Fakude amukela umklomelo ovela ku Ndunankulu uSenzo Mchunu.

Transcript of Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni … wase Ningizimu Afrika ukuba amalungu omphakathi azitike...

Page 1: Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni … wase Ningizimu Afrika ukuba amalungu omphakathi azitike ngosizo lwezempilo. uNgqongqoshe uMike Mabuyakhulu kanye no Mphathi wesibhedlela saseMseleni

Fighting diseases, Fighting poverty, Giving hope

MSELENI HOSPITAL, PO Sibhayi, 3967, Tel: +27 (0) 35 574 1004,

Fax: +27 (0) 35 574 1559, E-mail: [email protected]

Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni

ubaqwaqwade emakhanda

E mcimbini waminyaka yonke obizwa ngokuthiwa i

Premier Service Excellence Awards oyaye ubizwe nguNdunankulu weSifundazwe saKwaZulu Natali lapho khona kuyaye kuklonyeliswe abasebenzi bakaHulumeni abasebenza ngokuzikhandla, Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni u Nkk Thandi Fakude, ongumphathi kwezobuhlengikazi udle umhlanganiso ngesikhathi uNdunankulu umhlonishwa uSenzo Mchunu emgixabeza ngendebe kanye nesitifiketi sokuba ngu mholi ovelele mhla ziyi 16 kuNtulikazi 2015 e International Convention Centre (ICC) enkabeni yedolobha laseThekwini. Phela uFakude uklonyeliswa nje emva kokuba wavakashelwa ngama jaji ayeqokwe khona belu ehhovisini lika Ndunankulu ukuba azomhlola abuye amvivinye ukuthi ngempela usifanele yini lesi coco sokuba Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni UNKK. C.T. Fakude amukela

umklomelo ovela ku Ndunankulu uSenzo Mchunu.

Page 2: Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni … wase Ningizimu Afrika ukuba amalungu omphakathi azitike ngosizo lwezempilo. uNgqongqoshe uMike Mabuyakhulu kanye no Mphathi wesibhedlela saseMseleni

Fighting diseases, Fighting poverty, Giving hope

By: Thabani Ntuli and Nqobile Mtshali

ngumholi ohamba phambili. Nembala ukuthola umklomelo kwasho khona ukuthi uzihambela yedwa! Kwezinye zezinto lo methi-loni adle ngazo yikho phela ukuhola abahlengikazi ngokuba yisibonelo; ukuqinisekisa ukufezwa kwemigomo ka Batho Pele; ukusebenzisana nezinhlaka ezahlukene emphakathini ukuletha usizo lwezempilo; kanti –ke futhi uyakuqinisekisa ukuthi Izinhlolovo ziyenziwa esibhedlela ukubheka ukuthi ngabe iziguli ziphatheke kanjani ukuze phela uma zinganeliseki kuzokwenziwa izindlela zokuthuthukisa isimo. Phela njalo isibhedlela

saseMseleni asiqali

ukuklonyeliswa

nguNdunankulu njengoba

nyakenye saye

sagixatshezwa ngendebe

yegolide sinconywa

ngokusebenza ngokuzimisela

ekunakekeleni iziguli

njengoba phela kuyilungelo

elishicilelwe kumthetho

sisekelo wase Ningizimu

Afrika ukuba amalungu

omphakathi azitike ngosizo

lwezempilo.

uNgqongqoshe uMike Mabuyakhulu kanye no Mphathi wesibhedlela saseMseleni bebongela uNkk. C.T. Fakude ngomklomelo wakhe.

Kubungazwa imiklomelo eyatholwa izibhedlela zaseMkhanyakude

Page 3: Umethiloni waseSibhedlela saseMseleni … wase Ningizimu Afrika ukuba amalungu omphakathi azitike ngosizo lwezempilo. uNgqongqoshe uMike Mabuyakhulu kanye no Mphathi wesibhedlela saseMseleni